Yeqela uye kokuqukethwe okuyinhloko

Hweba ngaphandle kobungozi nge-akhawunti ye-demo ye-Deriv MT5

Vula i-akhawunti ye-demo ye-MT5 simahla ku-Deriv ukuze uzijwayeze ukuhweba usebenzisa izimali ezingezona zangempela futhi ngaphandle kobungozi bezezimali. Noma ufunda ukuthi i-MT5 isebenza kanjani noma uzama amasu amasha, le akhawunti ikunikeza ukufinyelela okuphelele ezimakethe nasepulatifomu yokuhweba endaweni evikelekile.

Kungani kufanele uvule i-akhawunti ye-demo ye-Deriv MT5

Akudingeki idiphozithi

Vula i-akhawunti ye-demo eyahlaliswe ngebhalansi engeyona yangempela futhi ucwaninge ngokuhweba ngaphandle kokufaka izimali zangempela.

Amashadi esikhathi sangempela nezimo zemakethe eziphilayo

Finyelela amanani, amashadi namathuluzi afanayo atholakala ku-akhawunti yangempela ye-MT5 ukuze uzijwayeze isu lakho.

Indawo engenabungozi

Zama amasu ahlukene kusimulesheni evikelekile ngaphambi kokuhweba ngemali yangempela.

QR code
Skena ukuze ulande

Android, iOS ne-Huawei

Thola i-Deriv MT5
googleplayappgallerywindowslinuxappstoremacos

Indlela yokuvula i-akhawunti ye-demo ye-Deriv MT5

  1. Bhalisa noma ungene

    Dala i-akhawunti ye-Deriv simahla, noma ungene uma usunayo.

  2. Engeza i-akhawunti ye-demo ye-Deriv MT5

    Kudeshibhodi yakho, engeza uhlobo lwe-akhawunti ye-Deriv MT5 oluyikhethile.

  3. Dala iphasiwedi ye-MT5

    Setha iphasiwedi evikelekile,ozoyisebenzisa kuwo wonke ama-akhawunti akho e-Deriv MT5.

  4. Qala ukuhweba

    Zijwayeze ukuhweba futhi uthuthukise amakhono akho usebenzisa izimali zakho ezingezona zangempela.

Imibuzo evame ukubuzwa ngeakhawunti ye-demo ye-Deriv MT5

Ungazijwayeza ukuhweba i-forex, ama-synthetic index, ama-stock index nezinto zokusetshenziswa (ama-commodity) unokufinyelela okuphelele emathuluzini e-MT5.
Cha. I-akhawunti yakho ye-demo ye-Deriv MT5 ayiphelelwa yisikhathi.
Yebo. Ungavula ama-akhawunti e-demo ezinhlobo ezahlukene ze-akhawunti ze-MT5 (isb. MT5 Financial, MT5 Swap-Free) futhi uzame amasu ahlukahlukene.
Yebo, ungavula i-akhawunti yangempela ye-Deriv MT5 kudeshibhodi yakho yasekhaya (Home).

Joyina abahwebi
abangaphezu kwezigidi ezi-3 emhlabeni jikelele

Vula i-akhawunti ngemizuzu bese uqala ukuhweba ezimakethe zomhlaba — i-forex, izitoko, ama-index, nokunye.

WhatsApp