Hwebani nge-CFD emakethe yomhlaba
Phathani izikhundla ezinkulu ngemali encane yokuqalisa. Thathani isikhundla esiphakeme (long) noma esiphansi (short) emakethe eziningi ezahlukene, kusukela kumasheya ne-forex kuya kuma-commodity nezinkomba ze-Derived Indices ezisebenza amahora angu-24 ngosuku, izinsuku zonke zeviki. Hlolani amathuba ngokuhweba ama-CFD ngaphandle kwekhomishini ku-TradingView, i-Deriv MT5, kanye ne-Deriv cTrader.

Kungani kufanele nihwebe nge-CFD ku-Deriv
Ukuvikelwa kwebhalansi engu-zero
Kuqinisekisa ukuthi anisoze nilahlekelwe ngemali engaphezu kwaleyo eniyifakile.

Izinhlobo Eziningi Ze-akhawunti
Amakhawunti avamile, angenazo i-swap, noma angenazo ama-spread ukufaniswa nesu lenu.

I-leverage ephezulu efika ku-1:1000
Vulelani amathuba amakhulu ngemali encane yokuqala yokuhweba.

Izinkundla ezinobungane kwabahweba ngokuzimisela
Izinga lochwepheshe lokudweba amashadi
I-TradingView ihlanganisa amathuluzi ahlaziya ngokujulile — izinkomba ezingaphezu kuka-400, izikhathi ezingaphezu kuka-50, amathuluzi okudweba anamandla, nokunye okuningi — nokwenziwa kwama-trade e-CFD ngokulula. Hlaziyani ngokunembile futhi nenze isinyathelo ngaso leso sikhathi kusuka kuyona isibonisi (interface) efanayo.
Fundani kabanzi: Izinga lochwepheshe lokudweba amashadiInkundla yokuhweba nge-CFD ekhethwayo
I-Deriv MT5 inikeza isimo esiphelele sokuhweba, esihlonzwe amashadi akhanya lula, izikhathi ezingu-21, kanye nezibonisi ezithuthukisiwe ezingu-38 zokuhlaziya intengo ngokujulile. Ngaphezu kwalokho, umphakathi we-MT5 unikeza inethiwekhi yokusekela osohweba bazo zonke izinga, ukuthi babelane ngemibono namasu.
Fundani kabanzi: Inkundla yokuhweba nge-CFD ekhethwayoIplatifomu enamandla ye-Copy Trading
I-Deriv cTrader igcwele izici ezihlanganisa izinsiza ze-Copy Trading ezakhelwe ngaphakathi, izikhathi ezingama-54, kanye nezinkomba ezingama-70 zokuqonda imakethe ngokunembile. Uhlelo lwayo olulula ukulusebenzisa lunikeza indawo yokuhweba nge-CFD engakhetheka, nokufinyelela okulula kuhlobo oluningi lwamashadi kanye nokwenziwa kokuhweba ngokushesha.
Fundani kabanzi: Iplatifomu enamandla ye-Copy TradingIzinga lochwepheshe lokudweba amashadi

Fundani kabanzi: Iplatifomu enamandla ye-Copy Trading