Kungani kufanele nihwebe nge-Vanilla Options ku-Deriv
Khethani amazinga enu e-strike
Hwebani emazingeni entengo ahambisana nokuhlaziya kwenu kwemakethe — kuyona, ngaphezulu, noma ngaphansi kwentengo yamanje.

Ingozi elawulwayo
Sethani inani lokuhweba benibone imbuyiselo enizoyithola ngaphambi kwesikhathi.

Ukuvumelana nemakethe
Hwebani ezimweni ezahlukahlukene zemakethe ukuze kuhambisane nesu lenu.

I-Vanilla Options isebenza kanjani
Khethani intengo ye-strike ninqume isikhundla senu. Vulani isikhundla se-Call uma nilindele ukuthi intengo iyokhuphuka ngaphezulu kwentengo ye-strike, noma isikhundla se-Put uma nicabanga ukuthi izowa ngaphansi kwayo. Ngesikhathi esinqunyiwe sokuphela, lokhu kunikeza ukuhweba okuqondile emazingeni entengo.
Impendulo zemibuzo yenu
Kungenzeka nithande futhi
Ama-Digital Options
Bikezelani umphumela nithole imali ekhokhelwayo enqunyiwe uma ukubikezela kwenu kuyiqiniso.
Funda kabanziAma-Turbos
Thola imali ekhokhelwayo uma ukubikezela kwenu kuyiqiniso futhi intengo ihlale ngaphakathi komncele osethiwe.
Funda kabanziAma-Multiplier
Phindaphindani inzuzo yenu eyengeziwe ngama-2,000x uma imakethe ihamba ngasohlangothini lwenu.
Funda kabanzi